DOWNLOAD ELENTULO BY MTHUNZI - MP3, MP4 & LYRICS

Elentulo Lyrics

Aw ngibamb' elentulo mina
Yeka lobo bumnand' ebengikubo
Mhla uthi baby can I move in with you
Yimi lowo ngivumela phezulu
Waw'ngabona ngithi impela lo nguye
Yeka lobo bumnandi ebengikubo
Mhla uthi baby can I move in with you
Yimi lowo ngivumela phezulu
Waw'ngabona ngithi impela lo nguye

Juba lami, Juba lam ngiyak'khumbula
Juba lami, Juba lam ngiyak'khumbula

Ngibamb' elentulo
Aw buya phela sthandwa sam ngiyak'khumbula
Ngibamb' elentulo
Wena wathi sofa s'lahlane bheka ngilahlwa ngedwa manje
Ngibamb' elentulo
Aw buya phela sthandwa sam ngiyak'khumbula
Ngibamb' elentulo
Wena wathi sofa s'lahlane bheka ngilahlwa ngedwa manje

Njengob' ukhwantsha manje sosha lami
Ng'yothuliswa ngubani uma sengdede la
Njengob' uhamba manje sthandwa sam
Ngabuzobuya yini Manakazi?
Njengob' ukhwantsha manje sosha lami
Ng'yothuliswa ngubani uma sengdede la
Njengob' uhamba manje sthandwa sam
Ngabuzobuya yini Manakazi?

Juba lami, Juba lam ngiyak'khumbula
Juba lami, Juba lam ngiyak'khumbula

Ngibamb' elentulo
Aw buya phela sthandwa sam ngiyak'khumbula
Ngibamb' elentulo
Wena wathi sofa slahlane bheka ngilahlwa ngedwa manje
Ngibamb' elentulo
Aw buya phela sthandwa sam ngiyak'khumbula
Ngibamb' elentulo
Wena wathi sofa slahlane bheka ngilahlwa ngedwa manje