DOWNLOAD KADE BY RETHABILE KHUMALO, SAYFAR - MP3, MP4 & LYRICS

Kade Lyrics

Kade, Kade, Ngidl’ amathambo
Amathambo enqondo
Kade, Kade, Ngifun’ indlela
Indlela yokuktshela

Ngihlanganis’ amagama
Engawasho kuwe
Kade, Kade, Ngifun’ indlela
Indlela yokuktshela

Ngihlanganis’ amagama
Engawasho kuwe
Kade, Kade, Ngifun’ indlela
Indlela yokuktshela

Ngempela, you think
I’m that ignorant baby
Ngempela, you think
I don’t check your last seen

Ngempela, you think
I’m that ignorant baby
Ngempela, you think
I don’t check your last seen

Uzophaphama sengingasekho
Sengithathe zonke izinto sam
Uthi uyafona ngicish’ iPhone
Ubheke nelanga alisaphumi
Ubusuku busazobabude

Iqaqalaz ligqikagqika eqawukeni
Laqawuka kuqoqoqo
Kade, Kade, Ngidl’ amathambo,
Amathambo enqondo
Kade, Kade, Ngifun’ indlela
Indlela yokuktshela

Ngihlanganis’ amagama
Engawasho kuwe
Kade, Kade, Ngifun’ indlela
Indlela yokuktshela
Ngihlanganis’ amagama
Engawasho kuwe
Kade, Kade, Ngifun’ indlela
Indlela yokuktshela

Uthando olunjani lolu
Uthando olunjani lolu
Hay Uthando olunjani lolu
Hay Uthando olu-so, lu-so, lu-so
Kade, Kade, Ngidl’ amathambo
Amathambo enqondo

Kade, Kade, Ngifun’ indlela
Indlela yokuktshela
Ngihlanganis’ amagama
Engawasho kuwe
Kade, Kade, Ngifun’ indlela
Indlela yokuktshela