DOWNLOAD GRAMMABLE BY SIBU NZUZA - MP3, MP4 & LYRICS

Grammable Lyrics

Memories Instagramable, esay'shutha that day
Aw'thi ng"poste #Ngyazfelango. . . awu zasuka let's play
Phela nana ng'yak'cela bo, 'sukung'buka that way
Insecurities worth letting go, can't pull the future back, hey
Mina ngisho wena mami
Wen'ohleka nami
Themba lami
"Noma kanjani" Brenda Fassie
Mina ngisho wena mami
Wen'ohleka nami
Themba lami
"Noma kanjani" Brenda Fassie

Phela naley'nsuk’azifani dali
Ng'buye ngik'thandele eduze
Ngeliny'ilanga Ngizok'thandel'eduze
Phela naley'nsuk’azifani dali
Ng'buye ngik'thandele eduze
Ngeliny'ilanga Ngizok'thandel'eduze

Memories Instagramable. esay'shutha that day
Fire emojis ngoba z'flammable, Aksil'iphutha, can't say
Hurting you intentionally? ain't planning to
Phela siy-2 la gang way
Some road trips and some edibles, sithi Vruhh la e-Camps Bay
Mina ngisho wena mami
Wen'ohleka nami
Themba lami
"Noma kanjani" Brenda Fassie
Mina ngisho wena mami
Wen'ohleka nami
Themba lami
"Noma kanjani" Brenda Fassie

And ngiyazi, mina ngiyazi ngisengashibilika
Akumina ngedwa obona ubuhle bakho
Ziyakubona ezinye iy'nsizwa
And ngiyazi, mina ngiyazi ngisengashibilika
Akumina ngedwa obona ubuhle bakho
Ziyakubona ezinye iy'nsizwa

Phela naley'nsuk’azifani dali
Ng'buye ngik'thandele eduze
Ngeliny' ilanga Ng'zok'thandel' eduuze
Phela naley'nsuk’azifani dali
Ng'buye ngik'thandele eduze
Ngeliny' ilanga Ng'zok'thandel' eduuze
Phela naley'nsuk’azifani dali
Ng'buye ngik'thandele eduze
Ngeliny' ilanga Ng'zok'thandel' eduuze