DOWNLOAD UMCEBO - MP3, MP4 & LYRICS

Umcebo Lyrics

Webaba mabecela kuwe
Bacela amandla bacel'umcebo
Mina ngcil' uthando nenhlakanipho
Webaba mabecela kuwe
Bacela amandla bacel'umcebo
Mina ngcil' uthando nenhlakanipho

Ngith' umcebo wemali endodeni
Engenalo uthando udala umona, nenzondo
Kugcina kuphuma imphefumulo
Ay'ngozi amandla asezandleni zendodeni engenayo inhlakanipho
Sebenzisa ngendlel'ewrong
Kugcina kuphuma imphefumulo
Ngicela isibusiso engiyophila naso ingunaphakade
Ngoba lokhu kwasemhlabeni ngeke ngihambe nakho kuyasala
Ayipheleli ekufeni impilo ayipheleli emgodini, wеh
Ungakhohlwa ukuthi usazoba idlozi emdenini wakho
Baba ngicela inhliziyo еyamukelayo
Ngizokwazi ukbhekana nezimo ez'ngehlelayo

Webaba mabecela kuwe
Bacela amandla bacel'umcebo
Mina ngcil' uthando nenhlakanipho
Webaba mabecela kuwe
Bacela amandla bacel'umcebo
Mina ngcil' uthando nenhlakanipho

Ngith' umcebo wemali endodeni
Engenalo uthando udala umona, nenzondo
Kugcina kuphuma imphefumulo
Ay'ngozi amandla asezandleni zendodeni engenayo inhlakanipho
Sebenzisa ngendlel'ewrong
Kugcina kuphuma imphefumulo